ISilo sithi ‘akahambe ayoshona’ uTrump noxhaso lwakhe

Sabelo Nsele|Published

ISILO uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini sithi abantu bakuleli kufanele bayeke ukukhalela ukuhoxiswa koxhaso lwezigidi zamarandi izwe ebelizithola eMelika. IMbube ...

Ilindele noma yini inkosi esolwe ngokubangisa iSilo

Sabelo Nsele|Published

LIHLALELE ovalweni ilungu lebhodi leNgonyama Trust, iNkosi Sibonelo Nkosinathi Mkhize, elisolwe ngokubangisa iSilo.

Lithathe osemsamo lambeka emnyango kwi-ANC e-KZN

Sabelo Nsele|Published

LISUSE oseziko lambeka emnyango ngesikhathi kuhlelwa kabusha ubuholi be-ANC KwaZulu-Natal.

Kuphambane ukukhuluma ngolwevoti nezibonelelo

Sabelo Nsele|Published

KUBUKEKA kudungeke umlayezo odabeni olushicilelwe ngoMsombuluko ngaphansi kwesihloko esithi "Isiphakamiso sokuncisha izibonelelo zikahulumeni abangavoti", kwezwakala ...

Akaphumile obishini uDuduzile ngokuthuka uShivambu

Sabelo Nsele|Published

UKUXOLISA kuze kube kabili ngokwethuka uNobhala Jikelele weMK, uMnuz Floyd Shivambu, akuzange kuyikhiphe obishini indodakazi yomholi weqembu, uNkk Duduzile Zuma-Sambudla. ...

I-IFP nezimfuno eziqinile imashela ukungavalwa kweThala

Sabelo Nsele|Published

I-IFP inqumele iBhange loMbuso, i-SA Reserve Bank, ugwayi katiki ngesikhathi inombhikisho wokuphikisana nesicelo sokuvalwa kweThala.

Uxolisile ungqongqoshe ibuya ngamawala eyokucishwa kukagesi

Sabelo Nsele|Published

UNGQONGQOSHE wezikaGesi, uDkt Kgosientsho Ramokgopa, uvumile ukuthi kuyichilo ukuba ukucishwa kukagesi kunyuselwe esigabeni sesithupha (Stage6), ikakhulukazi njengoba ...

Uzokuba senkundleni ekhalise iSilo owokuvulwa kwesiShayamthetho

Sabelo Nsele|Published

UZOQHUBEKA enkundleni egxekwe yiSilo uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini umcimbi wokuvulwa kwesiShayamthetho saKwaZulu-Natal. Umcimbi wokuvulwa kwesiShayamthetho uzokuba ...

Ukukhula kwesibalo sabantu e-KZN kwandisa umthwalo

Sabelo Nsele|Published

UNDUNANKULU waKwaZulu-Natal, uMnuz Thami Ntuli, uthi ukwenyuka kwesibalo sabantu esifundazweni, nokufudukela kwabo bakwelikaMthaniya emadolobheni kwandisa umthwalo ...

Usuke ethunywe uZuma uDuduzile: Khumalo

Sabelo Nsele|Published

OWABHALISA ngokusemthethweni i-MK Party, uMnuz Jabulani Khumalo, wenze izinsolo zokuthi uNkk Duduzile Zuma-Sambudla, uthunywa umholi we-MK, uMnuz Jacob Zuma, ukuba ...

Owaphuthwa yisikhundla eThekwini uthole amadlelo aluhlaza

Sabelo Nsele|Published

OWAPHUNYUKWA isikhundla sokuba imenenja kaMasipala waseThekwini, uMnuz Max Mbili, uthole amadlelo aluhlaza.

ISilo siyaqhubeka nokwethemba obewundunankulu kaZulu

Sabelo Nsele|Published

ISILO uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini siyaqhubeka nokwethemba obewundunankulu kaZulu, uMfu Thulasizwe Buthelezi, njengoba simjube ukuba ahlele ukhukhulelangoqo ...

UMbalula noMantashe bachithe okushiwo nguTrump

Sabelo Nsele|Published

UNOBHALA Jikelele we-ANC uMnuz Fikile Mbalula noSihlalo kaKhongolose uMnuz Gwede Mantashe, bathi akakhohlwe njengesidomu esikoleni uMengameli waseMelika, uMnuz Donald ...

Umthakathi ongangikhulisanga ngeke angiqede: Malema

Sabelo Nsele|Published

UMHOLI we-EFF, uMnuz Julius Malema, uthe abakhohlwe labo abacabanga ukuthi ukushiya kwezethenjwa eqenjini lakhe kusho ukushabalala kwekusasa lakhe kwezepolitiki. ...

Imvunge ngemoto yomkhandlu ‘esiwumalume wezingane zemeya’

Sabelo Nsele|Published

SEZISUSE imvunge izinsolo zokuthi enye yezimoto zikaMasipala waKwaDukuza okwakuthiwe ayikho sesimweni sokuba semgwaqweni, ibonakala ihambisa esikoleni izingane zeMeya ...

UPappas uhoxe embangweni wezikhundla

Sabelo Nsele|Published

IMEYA kaMasipala waseMngeni, uMnuz Chris Pappas, ihoxe embangweni wezikhundla kwi-DA.

Isekude ukuphela inkinga yamanzi eThekwini - Mbhele

Sabelo Nsele|Published

IMENENJA kaMasipala waseThekwini, uMnuz Musa Mbhele, ithi ayikazukuphela manje inkinga yamanzi ekhungethe izingxenye eziningi zedolobha.

Ubuholi be-ANCYL KZN buseka eyokunyakaziswa kwabe-ANC

Sabelo Nsele|Published

UBUHOLI obusha be-ANC Youth League (ANCYL) KwaZulu-Natal buthi buyaseseka isinqumo sokuhlela kabusha ubuholi be-ANC esifundazwe.

Ubovule uShivambu waxolisa uDudu, kodwa. . .

Sabelo Nsele|Published

NAKUBA indodakazi kaMnuz Jacob Zuma umholi we-MK, uNkk Duduzile Zuma-Sambudla, ixolisile ngokuthuka uNobhala Jikelele weqembu, uMnuz Floyd Shivambu, isixoliso sikhombisa ...

I-AfriForum izidonsele amanzi ngomsele

Sabelo Nsele|Published

INYELEZELE endlini kwi-AfriForum, esolwa ngokusabalalisa inkoleloze ngomthetho wokuthathwa komhlaba nezakhiwo osanda kusayinwa. I-AfriForum ivulelwe icala lokuvukela ...

'Amasosha akuleli avika ucelemba ngezandla e-DRC’

Sabelo Nsele|Published

UMHOLI we-EFF, uMnuz Julius Malema, uthi amasosha akuleli ajutshwe eDemocratic Republic of Congo (DRC) avika ucelemba ngezandla.

Sekuntwela ezansi ngokubuyiswa kwamasosha asale empini

Sabelo Nsele|Published

SEKUYALUNGA ukubuyiswa kwezidumbu zamasosha aseNingizimu Afrika asale empini eqhubeka eDemocratic Republic of Congo (DRC).

Kuthikamezeke ingqungquthela yokukhetha ubuholi be-ANCYL

Sabelo Nsele|Published

UBUHIXIHIXI bokubhaliswa kwezithunywa bubambezele ukuqala kwengqungquthela yokukhetha ubuholi be-ANC Youth League (ANCYL) KwaZulu-Natal.

UZuma uphinde wakhala ngaphansi empini yakhe noRamaphosa

Sabelo Nsele|Published

UPHINDE wakhala ngaphansi owayengumengameli, uMnuz Jacob Zuma, emzamweni wakhe wokuzishushisela uMengameli Cyril Ramaphosa.

EkaTrump neyase-DRC ayiwaphazamisanga amalungiselelo eSona - Ramaphosa

Sabelo Nsele|Published

IZINSONGO zikaMengameli waseMelika, uDonald Trump, zokunswinya elakuleli kanye nokushona kwamasosha akuleli empini eseDemocratic Republic of Congo (DRC), akuzange ...