The Star

Iso lomphakathi

Nonkululeko Nhlapo|Published

Siphosa iso lomphakathi emicimbini ethinta izakhamuzi ezindaweni ezahlukene KwaZulu-Natal.

USOLWAZI Percy Sepeng (iDini yabaFundi e-UKZN), Nhlanhla Mthombeni (Inhloko yezindawo ezihlala izitshudeni e-UKZN) Normah Zondo (Umqondisi omkhulu: wezobudlelwano bamabhizinisi e-UKZN) noBongekile Hadebe (Res Life Coodinator e-UKZN) Isithombe:SIPHOSETHU DLAMINI

Image: UKZN

USWIDI wama2K isihlabani sikaMaskandii, uMjolisi, sinandisa emdlalweni weVarsity Shield e-University of KwaZulu-Natal.

Image: UKZN

UMCULI uSizwe Mdlalose ungomunye wabebenandisa emdlalweni wombhoxo e-UKZN

Image: UKZN

ISOLEZWE: Kube isonto elihle kakhulu umasipala waseMhlathuze ewola izindondo eshaya emakhanda bonke omasipala baKwaZulu-Natal ngokuba umasipala okwenza kahle kakhulu esifundazweni.

Image: KZNCogta

Kugqame ubuholi obuhle bembokodo umasipala uMlalazi uhamba phambili emkhakheni womasipala abahlanzekile nabanakekela imvelo kowesindondo womasipala baseKZN eGreyville Conversation Center.

Image: KZN COGTA

Kugqame imbokofo umasipala uBuhlebezwe wamukela izindondo ezimbili zohlelo lokuhambisa izilingo kubantu nesabelomali ezinhlelweni zikamasipala.

Image: KznCogta